Noodles by Manny Yack Lyrics

Looking for the Zulu lyrics to “Noodles” by Manny Yack (2022)? More than 89 people have already found the lyrics of the song for karaoke, the notes of the melody to the song, the official video and clip of the song “Noodles”.

Noodles zu Lyrics [Manny Yack]
Noodles Zulu Lyrics

Quote from the song “Noodles” by Manny Yack

Ngize ngaba na-16
Ngakaze ngigibele imoto mina ngikhule emakhaya
Ang'kaze ngibenalo ithoyizi
Butshelwa ngezinkomo mawufun' ukuyodlala
Ngize ngaba na-16
Ngakaze ngigibele imoto mina ngikhule emakhaya
Ang'kaze ngibenalo ithoyizi
Butshelwa ngezinkomo mawufun' ukuyodlala

LyricsWord.com

Can you finish lyrics of the song “Noodles” based on this quote?

If you can't then the lyrics will be below ...

Noodles lyrics [Manny Yack]

Manny Yack: Noodles Lyrics

Official Music Video Song “Noodles”

Manny Yack - “Noodles” (Official Video Clip)

This video clip of Manny Yack will answer the following questions:

  • What song samples Noodles?
  • Where is Noodles music video clip?
  • Who was in the Noodles official music video?
  • Who sang the popular song Noodles?
  • What is the meaning of the song Noodles?

Credits, Cast & Crew of Song “Noodles”

  • Featuring: Intaba Yase Dubai
  • Produced: Bafana Makudulela
  • Written: Manny Yack, Intaba Yase Dubai
  • Label: Ambitiouz Entertainment
  • Release Date: April 1, 2022

Noodles lyrics credits, cast, crew of song

Credits, Cast and Crew of Samples: Noodles lyrics

Perfect Lyrics of the Song “Noodles” Released in 2022

[Favorite Song Lyrics: song “Noodles” with perfect lyrics for karaoke]

[Pre-Chorus: Intaba Yase Dubai]

Ngize ngaba na-16
Ngakaze ngigibele imoto mina ngikhule emakhaya
Ang'kaze ngibenalo ithoyizi
Butshelwa ngezinkomo mawufun' ukuyodlala
Ngize ngaba na-16
Ngakaze ngigibele imoto mina ngikhule emakhaya
Ang'kaze ngibenalo ithoyizi
Butshelwa ngezinkomo mawufun' ukuyodlala

[Chorus: Intaba Yase Dubai]

Funde iskole mina ngekhandlela
Ugesi ngiwazi sengimdala
Intombi muyifuna bewuyilandela
Mina ngiyiqhuba nangebhala
Mina ngakhula ngemfino, ngingawazi u-cheese
Ngakhula ngomdoko, mina angwazi ama noodles
Mina ngakhula ngemfino, ngingawazi u-cheese
Ngakhula ngomdoko, mina angwazi ama noodles
(Eh eh)

[Verse 1: Manny Yack]

Ng'yakhumbula mina esgele beng'jikisa engakhokhiwe ama fees
Kudum’ikhanda ngoba ngiphume endlini ngingadlile
Bekunswembu sihlala sibawu six kwi RPD, uh
Wavela wahamba ubaba
Ngingakhoni ukulala ngizwa ekhala umama
Ngaqed' iskole, istifiketi ngangaslanda
Ngalolosuku kwak'mele ngiqal' uk'yophanda, mmh-mm
Couldn't get a degree, so ngakhwela ama beats
Ngathol' ispani ngichatha iy'moto to get something to eat
Same year ngathol' uthando and kwazalwa incosi
Ngayiqamba uAaliyah
Had no choice but to win, yeah yeah
Ungavumi uhlulwa impilo ntwana yami
Akukho okungadluli izwa ngami
Ungavumi uhlulwa impilo ntwana yami
Akukho okungadluli izwa ngami

[Pre-Chorus: Intaba Yase Dubai]

Ngize ngaba na-16
Ngakaze ngigibele imoto mina ngikhule emakhaya
Ang'kaze ngibenalo ithoyizi
Butshelwa ngezinkomo mawufun' ukuyodlala
Ngize ngaba na-16
Ngakaze ngigibele imoto mina ngikhule emakhaya
Ang'kaze ngibenalo ithoyizi
Butshelwa ngezinkomo mawufun' ukuyodlala

[Chorus: Intaba Yase Dubai]

Funde iskole mina ngekhandlela
Ugesi ngiwazi sengimdala
Intombi muyifuna bewuyilandela
Mina ngiyiqhuba nangebhala
Mina ngakhula ngemfino, ngingawazi u-cheese
Ngakhula ngomdoko, mina angwazi ama noodles
Mina ngakhula ngemfino, ngingawazi u-cheese
Ngakhula ngomdoko, mina angwazi ama noodles
(Eh eh)

[Verse 2: Manny Yack]

Akusekho uk'bheka emuva
Khumbula besthuka, sixegwa amablukwe
No matric dance, bes'nganayo inyuku
Manje sengiy'nuku, ncolisa itafula
Manje mang'fika kunyuka iyithupha, blessed
Mama wathi "Funda kumaphutha" lessons
Ntombi zing'bamba ngapha nangapha, ambidextrous
Noma ungalanda u-Professor you cannot test us (Nah nah nah nah)
Nawe uyazi indlala ibanga

[?]

Angsahleki nhlobo ngigane unwabu
Nawe uyazi indlala ibanga

[?]

Angsahleki nhlobo ngigane unwabu

[Chorus: Intaba Yase Dubai]

Funde iskole mina ngekhandlela
Ugesi ngiwazi sengimdala
Intombi muyifuna bewuyilandela
Mina ngiyiqhuba nangebhala
Mina ngakhula ngemfino, ngingawazi u-cheese
Ngakhula ngomdoko, mina angwazi ama noodles
Mina ngakhula ngemfino, ngingawazi u-cheese
Ngakhula ngomdoko, mina angwazi ama noodles
(Eh eh)

[Outro: Manny Yack & Intaba Yase Dubai]